IChrome ikusiza ukuthi wenze lokho okungenzeka kuwebhu. Khetha ibhrawuza yeGoogle esheshayo nevikelekile.
THOLA OKUNGCONO KAKHULU KWEGOOGLE KUCHROME
• SESHA NGEGOOGLE - Sesha uthole izimpendulo ngokushesha ngeGoogle. Ungasebenzisa izwi lakho ukuze useshe ngaphandle kokusebenzisa izandla.
• GOOGLE LENS - Sesha okubonayo eduze kwakho ngekhamera yakho.
• GOOGLE TRANSLATE - Hlola iwebhu ngezilimu ezingama-130+. Humusha amasayithi wonke ngokuchofoza okukodwa.
BHRAWUZA NGOKUVIKELEKA OKUHAMBA PHAMBILI
• IMODI YOKUVIKELEKA OKUTHUTHUKISIWE - BHrawuza ngokuzethemba ngezinga lokuvikeleka eliphezulu leChrome.
• UKUHLOLA UKUPHEPHA - Thola ukuthula kwengqondo ngezexwayiso zokuphepha ezisheshayo.
• UMPHATHI WEPHASIWEDI YEGOOGLE - Khiqiza ngokuvikelekile futhi ulondoloze amaphasiwedi ukuze ungene ngemvume ngokushesha, futhi uthole izexwayiso uma amaphasiwedi akho esengozini.
FINYELELA KUCHROME KUWO WONKE AMADIVAYISI AKHO
• VUMELANISA KUWO WONKE AMADIVAYISI - Londoloza izinto zakho (njengamabhukhimakhi, amathebhu, namaphasiwedi) futhi ufinyelele kalula kuzo uma ungena ngemvume kuChrome efonini yakho, ekhompyutheni noma kuthebhulethi.
• AMAQEMBU ETHEBHU - Sungula amaqembu amathebhu ukuze uhlale uhlelekile kuwo wonke amadivayisi.
• ZIGCWALISELE - Yonga isikhathi sokuthayipha ngokuzigcwalisela izinkokhelo zakho ezilondoloziwe, amakheli kanye namaphasiwedi.
Kubuyekezwe ngo-
Jul 24, 2025